Kuboshwe abebezama ukugqekeza eGoli

2015-01-16 09:33

Johannesburg – Amadoda amabili akhalelwe amasongo kaSigonyela ngezinsolo zokuzama ukugqekeza emzini oseBirch Acres, eKurhuleni ngoLwesine ngokusho kwamaphyisa omgwaqo aseGoli.

Iphoyisa ebelihambisa elinye kwalo sebeshayisile emsebenzini, lincinzwe indlebe amalungu omphakathi ngamadoda amabili abezama ukungena esangweni lomunye umuzi osendaweni, kusho okhulumela amaphoyisa uChief Superintendent uWayne Minnaar.

"Abasolwa babanjwe nesikhwama ebesigcwele amathuluzi okugqekeza," kusho uMinnaar.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 2 ngelokugqekeza eGoli

"Uphenyo luveze ukuthi abasolwa bebefunwa ngoxhaxha lwamacala," kusho uMinnaar.

Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseKempton Park maduze.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.