Kuboshwe inqwaba ngamacala okuhlukumeza ngokocansi

2015-08-11 18:17

Durban - AbeFamily Violence, Child Protection and Sexual Offences units KwaZulu-Natal kubafanele ukugubha inyanga yabantu besifazane kulandela imiphumela yophenyo emacaleni okuhlukunyezwa ngokocansi ahlukene ngenyanga ephelile KwaZulu-Natal.

Umseshi wophiko lwamaphoyisa eFCS ebesebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi izigilamkhuba ezihlukumeza abantu besifazane nezingane ziyavalelwa.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa esifazane abophe 60 wabebeshayela bephuzile

Kusukela ngomhlaka-1 Julayi kuya kumhlaka-31 Julayi abaseshi babophe abasolwa abangu-329 ngamacala ahlobene nawokuhlukunyezwa ngokocansi, kubalwa awokudlwengula, ukuzama ukubulala, udlame lwasekhaya, ukuthumba nawokuphambana nengalo yom,thetho esifundazweni.

Kuso leso sikhathi kuboshwe abasolwa abangu-54 ezinkantolo ezahlukene zaKwaZulu-Natal ngemuva kokutholakala namacala okuhlukumeza ngokocansi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.