Kuboshwe iphoyisa elidubule indoda

2015-01-02 07:53

Johannesburg - Iphoyisa lkaMasipala waseGoli, liboshiwe ngemuva kwezinsolo ezithi lidubule labulala indoda lalimaza nenye esehlakalweni esenzeke eDobsonville, eSoweto.

Iphoyisa, 45, belingekho emsebenzini ngesikhathi kwenzeka isehlakalo, ngokusho kombiko liveze ukuthi amadoda lawa abezama ukuliduna imoto, kusho okhulumela umasipala uWayne Minnaar.

Kushone indoda eneminyaka engu-25 ubudala.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uKay Makhubela, umsolwa uhlangane namadoda emi nothile wesifazane, kwase kusuka ingxabano.

Iphoyisa kuthiwa lizame ukuphoqa owesifazane ukuthi agoduke nalo.

Umsolwa uzovela ngaphambi kweNkantolo kaMantshi waseProtea, maduzane.

Ngokusho kukaMinnaar, kuzokwenziwa uphenyo lwangaphakathi.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.