Kuboshwe onogada ngawokuzama ukubulala eKZN

2015-01-20 12:32

Durban – Onogada ababili bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokuzama  ukubulala KwaDukuza, ngokusho kwamaphoyisa aKwaZulu Natal.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe labo nogada baboshwe ngoMsombuluko kulandela isigameko sokudubula esenzeka ngomhlaka-11 kuJanuwari.

“Kusolakala ukuthi owesilisa oneminyaka engu-52 ubudala nomfowabo onengu-46 ubudala babehamba ngemoto yabo emgwaqweni uKing Shaka eStanger ngesikhathi bedusthulwa yilabo nogada ababehamba ngeveni lohlobo lweToyota Hilux,” esho.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abebebamba inkunzi onogada bemali eThekwini

UZwane uthe laba balisa balimala base bephuthunyiswa esibhedlela.

“Labo nogada babe sebeshaya bezula ngemoto ngemuva kokudubula laba balisa.

"Imbangela yalesi sigameko ibingakaziwa okwamanje.”

Labo nogada ababoshiwe baneminyaka engu-36 no-38 ubudala kanti kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaKwaDukuza ngoLwesithathu.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.