Kuboshwe owesifazane ngezidakamizwa zikaR7m

2014-12-24 09:31

Johannesburg – Kuboshwe owesifazane eMontague Gardens kulandela ukutholakala nezidakamizwa ezingadayisa imali elinganiselwa ku-R7million ngokusho kwamaphoyisa aseCape Town.

“Sithole ulwazi mayelana nephasela elisolisayo eTime Frieght eMontague Gardens,” kusho uColonel Tembinkosi Kinana kwisitatimende. 

Uqhube wathi ngesikhathi amaphoyisa efika kule ndawo athole iphasela elinesisindo esilinganiselwa ku-42kg elinesidakamizwa esidume ngeTik.

OLUNYE UDABA: Ona-9 ubethengisa izidakamizwa esikoleni

“Owesifazane oneminyaka engu-32 ubudala ufikile ukuzolanga leli phasela kule ndawo wabe esekhalelwa ngamasongo kaSigonyela,” esho. 

Uqhube wathi lona wesifazane uzovela eNkantolo yeMantshi yaseCape Town ngoLwesithathu ngamacala okushushumbisa izidakamizwa.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.