Kuboshwe umculi ngengoma echwensa umengameli

2015-06-09 11:29

Lusaka – Umculi waseZambia ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokuba abalandeli bakaMengameli waleli lizwe u-Edgar Lungu bekhononde ngengoma yakhe okuthiwa igxibhaza isithunzi salo mholi.

Ngokusho kwamaphoyisa le ngoma ingase ivuse uhlevane emphakathi kuqubuke nodlame.

UFumba Chama odume ngelikaPilato uchwensa owesilisa okuthiwa nguLungu ngamagama asengomeni yakhe athi “akanayo imibono uphathi ipotimende eligcwele amabhodlela kagologo.”

OLUNYE UDABA: Livele enkantolo iphoyisa elisolwa ngokushaya uzakwabo

Okhulumela amaphoyisa aseLusaka uCharity Katanga maphoyisa uthe lo mculi oboshwe ngoMsombuluko uzovela enkantolo ngoLwesibili lapho ezobhakana nokuthi ahlawuliswe noma abhadle ejele izinyanga eziyisithupha uma lingase limlahle leli cala.

“Le ngoma iphehla udlame emphakathini njengoba laba abayidlalayo behlaselwa yilabo abacabanga ukuthi abahambisani nomengameli obusayo,” kusho uKatanga.

ICosatu, ngokwesekwa yizinyunyana ezifana neNum neNehawu, bezisiphikisa isicelo seNumsa.

 

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.