Kubulawe abathathu eKapa

2015-01-12 13:31

Cape Town - Kushone abantu abathathu ngempelasonto ngenxa yokulwa kwamaqembu ezigelekeqe eKapa.

Kubulawe indoda edabuka eSomalia ngeSonto ekuseni endaweni yaseManenberg.

Kuqhubeka uphenyo ngemuva kokubulawa kwale ndoda emgwaqeni uRenoster, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel André Traut.

NgoLwesihlanu, kwabulawa uFaried Alexander, 22, endaweni yaseKewtown ekhoneni lomgwaqo uRosemary noChive ebulawa umsolwa ongaziwa. Imbangela yokubulawa kusazophenywa ngayo, kusho uTraut.

OLUNYE UDABA:Kushone ingane 3 kudutshulwana eKapa

NgoMgqibelo kwabulawa uClarke Estate, 29, naye ebulawa umsolwa ongaziwa emgwaqeni uDominic kanti imbangela yokubulawa kwakhe ayikaziwa, kusho uTraut.

Amaphoyisa akhiphe isitatimende ngoLwesihlanu mayelana naloku kudubulana okuqhubeka endaweni yaseManenberg eKapa, kubika abeCape Argus.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                             

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.