Kubulawe izingane ezingu-8

2014-12-19 08:55
Sydney - Kutholakale izingane ezingu-8 zishonile nowesifazane oyedwa onamanxeba okugwazwa kwenye yemizi esenyakatho ne-Australia ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa.

Amaphoyisa aseQueensland athe abizelwe kulo muzi oseCairns eManoora ngoLwesihlanu ekuseni ngemuva kokuthola umbiko ngowesifazane olumele.

 Ngesikhathi kufika amaphoyisa kulo muzi, athole izidumbu zezingane ngaphakathi. Iminyaka yezisulu ibalelwa phakathi kwezinyanga ezingu-18 kuya eminyakeni engu-15 ubudala.

Kutholwe nowesifazane,34 , enamanxeba okugwazwa esifubeni, kusho okhulumela abezimo eziphuthumayo baseQueenland.

OLUNYE UDABA: Kubulawe izingane kuhlaselwa umndeni

Lo wesifazane uthole ukwelashwa esibhedlela kanti usesimeni esikahle, kusho umseshi uBruno Asnicar.

"Anginayo eminye imininingwane, ngibala nembangela yokubulawa kwezingane."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                            

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.