Kubulawe owaseBhrithani ekuleli

2015-08-03 17:28

Cape Town – Izigebengu zihlasele izithandani zaseBrithani, zabulala owesifazane zalimaza kabi umyeni wakhe eKnysna, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Isehlakalo, esenzeke ngeSonto, sishaqise izakhamuzi zaseKnysna.

“Beyingakacaci kahle yonke iminingwane ngesehlakalo kodwa kuyaphenywa,” kusho okhulumela amaphoyisa uBernadine Steyn.

Funda nalolu daba: Ubuyele ekhaya umfana owalimala eGateway

Unkosikazi ushonele endaweni yesehlakalo, umyeni yena wathola ukulimala kanzima ekhanda, kanti kubukeka sengathi ushaywe ngento ebukhali, kusho uSteyn.

IKnysna iyindawo ethandwa kakhulu yizivakashi eWestern Cape, kodwa muva nje isikhungethwe ubugebengu.

- ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.