Kubulawe umnikazi wepulazi eMossel Bay

2014-12-18 14:33
Johannesburg - Amaphoyisa aseMossel Bay asenxuse izakhamnuzi ukuba zisize ngemininingwane ezoholela ekutheni kuboshwe amadoda ayisithupha abulale umnikazi wepulazi ngoLwesine.

UCaptain Malcom Pojie uthe kuvulwe icala lokubulala nokuphanga kuhlonyiwe kulandela ukushona kukaFedoras Tolman, 54, eduze naseHartenbos, eMossel Bay,ngoLwesithathu.

"Imininingwane iveze ukuthi umufi ubesendleleni eyolanda abanye babasebenzi bakhe ngesikhathi iqulu la madoda abehlomile limhlasela emgwaqeni owubhuqu eduze nepulazi lakhe," he said in a statement.

"Abasolwa ngamadoda angu-6  zame ukumvimba ngokubeka ugodo phakathi nomgwaqo."

UTolman ube esenqama ukuma la madoda abe esevulela ngenhlamvu emdubula.

Udubuleke isingenhla somzimba.

UPojie uthe amadoda abaleke ngemoto yohlobo lweChevy Aveo ayidune izithandani ebeziphuma eBrandwag zilibangise eHartenbos.

OLUNYE UADABA: Kubulawe obegadiswe ipulazi eKZN

"Amaphoyisa athole le moto emgwaqeni uDana Bay noLouise Fourie, eMossel Bay.

"Izithandani zona azilimalanga ngesikhathi kwenzeka konke lokhu," kusho uPojie.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.