Kucelwa abazali ukuthi beseke abafundi bakaMatric

2015-01-05 12:37

Johannesburg - Umeluleki ophezulu kwaSouth African Depression and Anxiety Group (SADAG), uLorena Carelle, uthi akukhona ukuphela komhlaba ukufeyila umatikuletsheni.

UCarelle, ukhulume ohlelweni iMorning Live, kwaSABC, wathi yize noma abantu bezibulala kusukela unyaka uqale uze uyophela kodwa izibalo ziyanyuka uma kuphuma imiphumela kamatikuletsheni.

UCarelle ucele abazali ukuthi beseke abantwana babo njengoba belindele imiphumela. 

Kucelwe abazali ukuthi babheke izimpawu ezisolisayo ezifana nokuzikhipha inyumbazana komfundi.

UCarelle uthi abafundi abanengcindezi kumele bashayele enombolweni engu-0800 33 33 77 noma bathumele umlayezo ku-31393.

UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal uthe bonke abafundi abazizwa benengcindezi, abahambele kunoma yisiphi isikhungo soMnyango.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.