Kudingakala awebhodi lakwa-SABC ngokushesha

2015-06-03 07:50

Cape Town – Iphalamende laseNingizimu Afrika lisemgqigqweni wokuthungatha amalungu ebhodi lakwaSABC amasha kulandela isinqumo sekomidi lezokuxhumana sokuphinda kungakhiswe ngalezi zikhala.

Ngokubika kweTimeslive lokhu kudalwe wukuthi abekho abebefake izicelo zokuba yingxenye yaleli bhodi abakulungele ukuba ngamalungu alo.

Bangaphezulu kuka-100 abebefake izicelo zalezi zikhala ezintathu okuhlanganisa nesikhala sikaSihlalo waleli bhodi okuyisikhundla ebesiqhoqhobelwe u-Ellen Tshabalala.

OLUNYE UDABA: Uvalelise kubalandeli oseshiya iSidingo

Ibamba likaSihlalo waleli komidi lezokuxhumana uDikeledi Tsotetsi uthe:

“Ngemuva komhlangano wethu ngeseonto eledlule….. siqoke sicele ukwelulekwa ngokuthi singaqhubekela kanjani phambili kwisimo esibhekene nayo sokuthi kwabafake asinabo esibabone bekufanele ukuba kwibhodi lale nhlangano yezokusakaza.”

Ilungu le-ANC ePhalamende uMoses Tseli uthe amalungu ekomidi abone kufanele ukuthi kuphinde kukhangiswe ngalezi zikhala.

Kubikwa ukuthi phakathi kwalabo abebefake izicelo kubalwa umakhi osemthethweni, ungoti wezemishwalense nomunye usomabhizinisi othe waqala ibhizinisi lakhe eneminyaka eyisithupha ubudala.  

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.