Kudubuleke oyedwa osomatekisi bebanga imizila

2015-07-24 07:24

Polokwane - Kudutshulwe kwalimala umuntu oyedwa eduzane nenxanxathela yezitolo ePolokwane ngesikhathi kushuba isimo phakathi kwezinhlangano zosomatekisi ezimbili ezingathelelani, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Ntobeng Phala uthe amalungu ezinhlangano abelwela imizila ephakathi kwelokishi laseMankweng nasePolokwane.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe osomatekisi ababili erenki

"Ngesikhathi sibizelwe endaweni yesigameo, kukholakala ukuthi kuqhume iqhupha phakathi kwalezi zinhlangano kwadubulelka ilungu elilodwa eliphuthunyiswe esibhedlela," kusho uPhala.

Odubulekile owenhlangano iMankweng Polokwane Taxi Association.

Akukakaboshwa muntu.

Isigameko siyaphenywa.

-ANA

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.