Kudutshulwe amaphoyisa amabili eGibhithe

2015-01-06 14:32

Minya –  Kudutshulwe kwabulawa amaphoyisa amabili eGibhithe ngesikhathi eqaphile esontweni iCoptic Christian edolobheni laseCairo, ngokusho konogada.

Kubikwa ukuthi la maphoyisa ashone ujuqu ngemuva kokudutshulwa ngamadoda abezifihle ubuso ehlome ngezibhamu. 

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa eGibhithe

Kubika ukuthi kusukela kwaketulwa uMbuso kaMohamed Morsi weqembu elibizwa ngeMuslim Brotherhood akukaze kube nokuthula kuleli lizwe phakathi kwabenkolo yamaSulumane namaKristu.

Lokhu sekudale izimpi lapho sekubulawe izinkulungwane zabantu ngenxa yezimpi eziqhubekayo phakathi kwamaKristu namaSulumane eGibhithe.


     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.