Kudutshulwe amaphoyisa amabili omgwaqo abelawula izimoto

2015-08-03 11:03

Johannesburg - Amaphoyisa amabili omgwaqo abelawula izimoto e-Ivory Park, eMidrand, asesimweni esibucayi ngemuva kokudutshulwa umuntu obehamba ngezinyawo, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

Bebelawula ukuhamba kwezimoto ezimpambanweni zomgwaqo obekufe kuwo irobhothi ngeSonto ebusuku, kusho uChief Superintendent Wayne Minnaar.

"Owesilisa obehamba ngezinyawo edlula kulo mgwaqo uhoshe isibhamu wadubula amaphoyisa," kusho uMinnaar.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe iphoyisa eManenberg

"Iphoyisa elilodwa lidubuleke kabili emzimbeni nasemilenzeni yomibili kwathi elinye ladubuleka emqaleni."

Womabili la maphoyisa athola ukwelashwa eSunninghill Hospital.

"Bekungakaboshwa muntu okwamanje," kusho uMinnaar, enezela ngokuthi amaphoyisa alandela umkhondo othile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.