Kudutshulwe kwabulawa ilungu eliqavile leNumsa ePE

2015-06-12 09:59

Port Elizabeth – Ilungu eliqavile leNumsa ebeseliphunyuke kabili bezama ukuliyisa kwagoqanyawo alibanga nenhlanhla okwesithathu njengoba belithele phansi ngentululwane yezinhlamvu.

UMonde Radu oneminyaka engu-55 ubudala obeyilungu eluqavile lale nyunyana ePort Elizabeth udutshulwe wabulawa ngoLwesithathu ntambama endaweni yaKwaZakhele ngemuva kafushane exoxele unina ukuthi uya ekubhaceni.

Umndeni wakhe utshele iDaily Sun ukuthi ubesebenzela inkampani iCintinental Tyres kodwa ubesekhefini lesonto lonke ngesikhathi esathungatha indawo yokuhlala ephephile.

Unina kaRadu uNomhle Radu uthe indodana yakhe imthintile yamazisa ngokuthi ifuna ukusebenzisa iveni lakhe ukuze ayothungatha umuzi omusha eMotherwell.

OLUNYE UDABA: Uvelile osolwa ngokudlwengula indodakazi ena-13

“Ungitshele ukuthi akaphephile endaweni yakwaZwide,” kusho unina obesashaqekile.

Uthe emasontweni amabili adlule bazame ukudubula indodana yakhekodwa yasinda ngaphandle komuzi wayo.

“Ngemuva kwezinsuku ezimbili baphinde futhi bazama ukuyidubula kodwa bahluleka,” kuchaza uNomhle echichiza izinyembezi.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Mncedi Mbombo uthe uRadu wadutshulwa amahlandla ambalwa ngaphezulu emzimbeni.

“Uphuthunyiswe esibhedlela iLivingstone washona esanda kufika.  

Kuvulwe icala lokubulala kanti sisathungatha abasolwa,” kusho uMbombo.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.