Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa eGibhithe

2014-12-28 13:34

Cairo – Amadoda abehlome ngezibhamu ehamba ngesithuthuthu adubule abulala iphoyisa alimaza nelinye ngesikhathi edlula enhlokodolobha yaseGibhithe iCairo ngokusho kwehhovisi likangqongqoshe wezangaPhakathi kuleli lizwe.

“Amadoda abehlomile avulele ngendlamvu ebhekise emaphoyiseni ngaphambi kokuthi ashaye achithe,” kusho okhulumela ihhovisi likangqongqoshe uHani Abdel Latif.

OLUNYE UDABA: Ibhomu libulale amaphoyisa amabili eGibhithe

Uthe la maphoyisa abeqaphe isimo ngaphandle kwamabhange iBritains HSBC ne-Unon National Bank of Unite Arab Emirates  eCairo Square.

Ngokombiko sekubulawe inqwaba yamaphoyisa namasosha eGibhithe kusukela kwaketulwa owayenguMengameli uMohamend Morsi ngoJuly 2013.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.