Kudutshulwe ubaba nendodana ePinetown

2015-01-08 12:30

Johannesburg - Kudutshulwe kwalinyazwa ubaba nendodana endaweni yabo yebhizinisi ePinetown, kusho amaphoyisa esifundazweni saKwaZulu-Natal.

Ubaba, 51, nendodana yakhe, 33, badutshulwe beseNagina, kusho okhulumelayo amaphoyisa uMajor Thulani Zwane.

"Okwamanje akwaziwa ukuthi bebebangaki abasolwa. Akuthathwanga lutho kulokhu kuhlasela," kuqhuba uZwane. 

Funda nalolu daba: Kudutshulwe kwabulawa unogada eKZN

Kuvulwe amacala amabili okuzama ukubulala.

Okhulumela abakwaNetcare 911, uChris Botha, uthi abahambisa usizo oluphuthumayo bafike endaweni yesehlakalo ngezithuba zo-07:30, bazama ukunika abalimele usizo, base bephuthunyiswa esibhedlela.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.