Kudutshulwe umsolwa washona eGoli

2015-01-19 11:03

Johannebsurg - Kudutshulwe isigebengu sashona eKempton Park eGoli, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Ngezithuba zabo-21.15 ngeSonto, umnikazi wesitolo esikuNewton Street uvuswe onogada abamtshele ukuthi kukhala i-alarm esitolo, kusho uCaptain Jethro Mtshali.

Umnikazi wesitolo nonogada banikele khona babona uphahla luvulekile.

"Umnikazi wesitolo ubone kukhona okunyakazayo ophahleni wabe esedubula emoyeni, exwayisa.

Funda nalolu daba: Kuthungathwa ababulali bengane enonyaka.

"Bathe bebheka bathola umsolwa ephansi edubulekile, eduzekwakhe kukhona isikhwama ebesinogwayi kanye notshwala.”

Abosizo lokuqala bamthole eseshonile umsolwa.”

Amaphoyisa asathungatha abanye abasolwa ababili.

Kuvulwe icala lokuphanga kanti kuyaphenywa.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.