Kugqekezwe ihhovisi likaMalema kwebiwa imiqulu

2015-07-29 18:30

Cape Town - I-Economic Freedom Fighters isivule icala emaphoyiseni aseKapa kulandela ukugqekezwa kwehhovisi elisePhalamende lomholi waleli qembu uJulius Malema.

I-EFF iphinde yabhalela uSomlomo wesiShayamthetho ibika ngalesi sigameko.

Izisebenzi ze-EFF zithe uma zifika kuleli hhovisi ekuseni ngoLwesithathu zathola ukuthi kugqekeziwe, iminyango igengelezile, kusho iqembu esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: UKhanda leButternut akayena uMandela - Malema

"Kwebiwe imiqulu eyimfihlo equkethe izinto zeqembu.

"Kunyamalale amaphepha amayelana nezindawo ezihanjelwa nguMalema, kanti sisola isandla semfene."

I-EFF icele amaphoyisa ukuba enze uphenyo olunzulu ukuze kutholakale abenzi bokubi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
3 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.