Kugwazwe ojele abayisihlanu eW Cape

2015-01-22 16:00
Cape Town - Akucaci ukuthi ngabe sihlobene nosiko lwamaqembu ezigelekeqe yini isigameko sokugwazwa kojele abayisihlanu ejele iDrakenstein, ngasePaarl, ngoLwesine, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo eWestern Cape.

“Kudingeke ukuthi ukhomishana aphuthume kuleli jele ngemuva kokuthi sifikelwe umbiko othi kugwazwe ojele,” kusho okhulumela uMnyango uSimphiwe Xako.

Labo jele kuthiwa balimele kabi, kanti omunye wabo ugwazwe esifubeni.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe ujele ngethambo ePMB

UXako uthe uMnyango uyaphenya ukuthi ngabe lesi sigameko sihlobene yini nesasejele iBrandvlei, eWorcester, esenzeka ngoJanuwari 4.

Kuthiwa kulesi sigameko “kwakuchithwa igazi” njengoba kungumkhuba wamaqembu ezigelekeqe uma kukhona omusha ojoyina iqembu.

UXako uthi isiboshwa sashaya uLubabalo Mzamo ngesokisi elinengidi phakathi.

UMzamo wagcina ngokushona ngemuva kokuba sekhomeni izinsuku ezingu-10.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.