Kugwetshwe uthisha owadlwengula izingane enkulisa

2015-08-11 10:04

Shanghai – Inkantolo yaseChina isigwebe uthisha wasenkulisa udilikajele ngokunukubeza ngokocansi izingane ezingu-12 ayezifundisa, kusho umbiko weXinhua News Agency.

Inkantolo igwebe uHuang Zhenxin, obefundisa esikoleni esisemaphandleni, “ngokudlwengula noma ukunukubeza izingane ngokocansi”, kusho umbiko.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe obanjwe 'ezimeteza' olwandle

Amaphoyisa athi le ndoda yayicela ukwenzisa lezi zingane umsebenzi wasekhaya ngaphambi kokuthi izinukubeze.

NgoMeyi, iChina yagweba uthisha wesikole samabanga aphansi ngokudlwengula izingane ezingu-26.

INkantolo eNkulu yaseChina ithi lenyuke kakhulu izinga lokunukubezwa kwezingane kuleliya lizwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.