Kugwilize isivakashi olwandle eW Cape

2015-01-07 17:31

Cape Town – Owesilisa okhulile obeyisivakashi esiqhamuka eGermany ugwilize olwandle lwaseSedgefield eWestern Cape ngokusho kwabeNational Sea Rescue Institute. 

Kubikwa ukuthi abahlengi basolwandle abebeqaphile kule ndawo babona isidumbu salo mlisa oneminyaka engu-70 ubudala sintanta emanzini singanyakazi, kusho isitatimende. 

OLUNYE UDABA: Kutholwe isidumbu somfana endaweni yokuvakasha

“Nakuba kwenziwe yonke imizamo yokuhlenga impilo yakhe kodwa ngesikhathi kufika abosizo lokuqala bese kumenele okwasemhlabeni.” 

Ngakolunye uhlangothi, kunyamalale owesilisa oneminyaka engu-19 ubudala eHermanus ngemuva kokuba eshanelwe wulwandle ngoLwesithathu.

Amaphoyisa ophiko lwabatshuzi bese beqalile ukumbheka kodwa ngesikhathi sokushicilelwa ubengakatholwa.


      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.