Kukhala ibhungezi ezikoleni zaseLimpopo

2015-01-14 10:01

Johannesburg - Bekukhala ibhungezi ezikoleni ezisendaweni yaseMalamulele, eLimpopo, njengoba kuvulwa izikole ngoLwesithathu, kusho amaphoyisa.

Akufundwa ezikoleni ezisendaweni, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Ronel Otto.

"Sisiqaphile isimo endaweni ukuze kuhlale kunokuthula futhi kuphephile, kodwa okwamanje akukabikho zehlakalo zodlame,” usho kanje.

Bekukhala ibhungezi ezikoleni zaseMalamulele kanti abasendaweni bathi bavinjiwe ukuba baye ezikoleni.

Funda nalolu daba: Kwethulwa uhlelo olusha ezikoleni zaseGauteng.

Ezokuthutha nazo azisebenzi eGiyani, Thohoyandou, kanye nasezindaweni ezakhelene neMalamulele.

Ababhikishi bafuna uMengameli uJacob Zuma noNdunankulu uStan Mathabatha ukuba bahlinzeke ngezithembiso ukuze kusombululekle lolu daba.

UZuma wathi uzolubhekisisa lolu daba ngesikhathi ehambele kule ndawo ngonyaka odlule ngaphambi kokhetho lukazwelonke

NoMathabatha ngo-2013 wathembisa ngokuluxazulula lolu daba.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.