Kukhishwe imindeni ngendluzula epulazini eZim

2015-01-08 17:29
Harare - Amaphoyisa abehlome eyizingovolo akhiphe ngoshova imindeni engaphezu kuka-200 epulazini elisempumalanga neZimbabwe ukuze kuvuleke indawo yokwakhiwa kwepaki, okuyisiphakamiso sikaGrace Mugabe.

Amaphoyisa namalungu ezobunhloli atheleke e-Anold Farm, eMazowe, okungamakhilomitha angu-50 ukusuka eHarare, aphoqa izakhamuzi ukuba ziphume ziphele kule ndawo ngaphandle kwesexwayiso.

"Basiyalele ukuba sithathe amasakana ethu siphume siphele kule ndawo, bangasinika nendawo yokukhoselisa amakhanda,” kusho omunye wabalimi u-Aspinas Makufa.

OLUNYE UDABA: Akukho mhlaba wabamhlophe eZim - Mugabe

"Kumanje asazi sizophuma sibhekephi nemigodla yethu.”

Inhlangano engenzi nzuzo iZimbabwe Lawyers for Human Rights ithe isijube ithimba elizobhekana nalesi simo.

UGrace, owashada noMengameli Robert Mugabe ngo-1996, kubikwa ukuthi useshaqe amapulazi amaningi kule minyaka eyishumi eyedlule.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.