Kulimale abayishumi engozini yeveni neloli

2014-12-28 08:31

Cape Town - Kulimale abantu abayishumi ngesikhathi kushayisana iveni neloli emgwaqweni u-N1ngaseKlapmuts eWestern Cape ngokusho kwabosizo lokuqala ngoMgqibelo.

URussel Meiring okhulumela abakwa-ER24 uthe abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko iveni neloli kulimele kuboqokile maphakathi nomgwaqo. 

OLUNYE UDABA: Kulimale 14 kwingozi yetekisi

"Abasizo lokuqala baxilonge abantu abebelimele ngezindlela ezahlukene ngaphambi kokuthi baphuthunyiswe ezibhedlela," esho.

Kubikwa ukuthi kuphoqeleke ukuthi amaphoyisa akwaMetro avale imizila emibili kusebenze owodwa kulo mgwaqo okuthela wayeka nokudale isiminyaminya esikhulu sezimoto.

Uqhube wathi ibingakaziwa imbangela yale ngozi kodwa amaphoyisa aseqale uphenyo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.