Kulimale indoda esehlakalweni sokudubula e-PE

2015-01-07 07:04

Johannesburg - Kulimale kambi indoda esehlakalweni sokudubula esenzeke ePort Elizabeth, ngoLwesibili, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Abantu ebebehamba ngezimoto zohlobo lweFiat neMazda, bavulelane ngenhlamvu ngesikhathi izimoto zihlangana erobhothini eNewton Park, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Sandra Janse van Rensburg.

"Imoto eyiFiat Palio ibimile erobhothini, kwaqhamuka eyiMazda Etude iqhamuke yadubula, umnikazi weFiat wazama ukubaleka. Ngesikhathi umshayeli ezama ukubaleka, umgibeli wakhe uphume emotweni wase edubuleka kambi," kuchaza uVan Rensburg.

Amaphoyisa ayaphenya ngalolu daba.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.