Kulimele abahlanu kwiBhakabhaka

2015-01-19 12:32

Johannesburg - Njengoba amaBhakabhaka i-Orlando Pirates iqhubeka nokuzilungiselela imidlalo yePremier Soccer League, iqembu libhekene nengwadla yokulinyalelwa abadlali abahlanu, kusho abe-website yeqembu.

Ngokusho kukadokotela weqembu uJohn Williams, akekho kubadlali olimele kabi.

Kwabalimele kubalwa:

Maselaelo Seanaho

“Unokulimala onyaweni lwakhe lwangakwesokudla, uzohlala phansi amasonto ayisithupha. Uqalile ukuziqeqesha yedwa, emasontweni aphakathi kwamane, uzobe eseziqeqesha neqembu.

Lennox Bacela

“ULennox ulimele edolweni, uzosebenzisana noJaphet Borges, ezinhlelweni zokuthi asheshe alulame.

Thandani Ntshumayelo

“UBibo ubhinyilike imasela ethangeni, useqalile ukuziqeqesha neqembu.

Daine Klate

“UKlatey ubedonseke imisipha. Uzoma amasonto noma amabili bese eqala eziqeqesha. 

Patrick Phungwayp

“UPatrick wabuyiswa ekhempini yeBafana Bafana elimele, uzoqala ukuzilolonga ezinsukwini noma eziyishumi."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.