‘Kumele amiswe amaphoyisa athinteka kolwaseMarikana’

2015-08-14 13:32

Johannesburg – UMengameli Jacob Zuma kumele awamise emsebenzini wonke amaphoyisa eSA Police Service athintekayo odabeni lwaseMarikana, kusho i-Amnesty International ngoLwesihlanu.

"Njengoba amaphoyisa kuyiwona avela kakhulu embikweni wekhomishana kaFarlam, kubalulekile ukuthi umengameli atshengise ubuholi ngokuthi athathele abathintekayo izinyathelo,” kusho uMqondisi we-Amnesty eningizimu ne-Afrika uDeprose Muchena.

UMuchena uthe ulindele ukuthi uKhomishana wamaPhoyisa uRiah Phiyega abe phezulu ohlwini lwabazomiswa.

OLUNYE UDABA: UChabane unxuse uzinzo eMarikana

NgeSonto kuzobe sekuphela unyaka wesithathu kwadutshulwa kwashona abavukuzi ababesesitelekeni kwenziwa amaphoyisa.

"Umengameli Zuma kumele aqinisekise ukuthi zonke izincomo zekhomishana kaFarlam zithathelwa izinyathelo.

“Abaphehli bodlame okwagcina kushone kulo abavukuzi kumele bajeze.”

Kwadutshulwa abavukuzi abangu-34 ngomhlaka-16 Agasti 2012, bashona kwathi abaningi balimala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.