Kumele kulwiswane neyokubika kabi ngamaphoyisa - ANC

2015-08-25 11:33

Johannesburg – Ukubika kabi ngamaphoyisa kumele kube yinto okulwiswana nayo eNingizimu Afrika, kusho umqulu we-ANC owahlanganiswa kulandela umhlangano weNational General Council.

INingizimu Afrika iseyizwe “elingathembi lutho” ngokuphepha kwalo, kusho amaphepha ale nhlangano anesihloko esithi Peace and Stability.

Lokhu kubonakala kakhulu ebantwini asebekhulile ngeminyaka, abahlala emapulazini, abesifazane nezingane, abathandana bengabobulili obubodwa nabazishintsha ubulili.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa ngokushushumbisa izidakamizwa

"Kungase kudingeke ukuthi i-SAPS yenze umkhankaso omkhulu ozotshengisa osekwenziwe ngumsebenzi wamaphoyisa omuhle kuleli, ukuze kuphikiswe imibiko yabezindaba engemihle.”

I-ANC ithi ukuhlaselwa kwamaphoyisa kubukeka kukhule ngesivinini ngakho kumele kube khona akwenzayo ukuze abuyise isithunzi sawo.

Kulo nyaka sekubulawe amahoyisa angu-60, amane kuwona abulawe ngesonto lokugcina kuJulayi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.