Kumiswe inhloko yoKlebe eGauteng

2015-01-20 18:32
Johannesburg - Inhloko yophiko oluphenya ngamacala athinta izikhulu, oKlebe, eGauteng uMaj-Gen Shadrack Sibiya umisiwe emsebenzini, kusho ummeli wakhe ngoLwesibili.

"Wathola incwadi emazisa ngokumiswa kwakhe emsebenzini emasontweni amabili edlule,” kusho uVictor Nkhwashu.

"Ngizoxhumana naye kusihlwa ngithole ukuthi kumele ngithathe ziphi izinyathelo.”

OLUNYE UDABA: Kumiswe isikhulu sesibhedlela

UNkhwashu ukuqinisekisile ukuthi indaba yokumiswa kukaSibiya imayelana nezinsolo ezithi waba nesandla odabeni lwabantu baseZimbabwe ngo-2010.

OKlebe abatholakalanga ukuthi baphawule.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.