Kuminze 6 eRustenburg

2014-12-29 16:02

Johannesburg - Abantu abayisithupha baminzile ezehlakalweni ezahlukene ezehle eRustenburg, kusho amaphoyisa aseNorth West, ngoMsombuluko.

Indoda edabuka eTopiya eneminyaka engu-30 ubudala, iminzile ngeSonto ngesikhathi kukhukhuleka imoto ebihamba ngayo, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Sabata Mokgwabone.

"Kukholakala ukuthi indoda ibishayela kuMiddle Street, eRustenburg North, izama ukuwela ebhulohweni ngesikhathi imoto yayo ikhukhuleka."

Abatakuli bakwazile ukukhipha imoto, ebingenamuntu phakathi.

Abafana abane abaseminyakeni yobudala ephakathi kuka-14 no-15, basemikhukhwini yaseYizo Yizo, bakhukhulwe amanzi bedoba.

Amaphoyisa atakule izidumbu ezinhlanu ebekukhona kuzo nesowesifazane ongaziwa.

Ngokusho kombiko wamaphoyia akekho owesifazane ekuke kwabikwa ukuthi unyamalele.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.