Kunyamalale ibhungu olwandle lwaseKapa

2014-12-27 07:50

Cape Town – Kunyamalale ibhungu elineminyaka engu-18 ubudala olwandle lwaseGordons Bay ngokusho kwabeNational Sea Rescue Institute.

“Kusetshenziswe izinsiza ezahlukene ukuthungatha leli bhungu lase-Eerste River. Sithole ukuthi ushanelwe yigagasi esabhukuda ngaphansi kolwandle,” kusho isitatimende esikhishwe ngabakwaNSIR.

OLUNYE UDABA: Kunyamalale indoda olwandle lwaseThekwini

Ngokombiko kuphinde kwaba nesigameko esingaqinisekiswa sokunyamalala kwentombazane eneminyaka engu-14 ubudala endaweni efanayo.

“Ngeke sikwazi ukuqinisekisa ukunyamalala kwentombazane ngoba alikho ilungu lomndeni eselike leza kithina ukuzosibikela,” kuqhuba isitatimende.

Kubikwa ukuthi uphiko lwabatshuzi emaphoyiseni yilona olusingatha ukuthungathwa kwaleli bhungu.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.