Kunyamalale indoda olwandle lwaseThekwini

2014-12-26 13:37

Durban – Kunyamalale indoda olwandle lwaseMerebank eThekwini ngokusho kwabeLifeSaving SA.

“Owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala waseGoli ubebhukuda olwandle okungabhukudwa kulona ngesikhathi edonswa wulwandle,” kusho isitatimende esikhushwe yile nhlangano. 

“Lo mlisa uhlulekile ukulawula ibhodi lokubhukuda abehamba ngalo ngemuva kwegagasi elikhulu wabe esenyamalala kanjalo ngaphansi kwamanzi,” kuqhuba lesi sitatimende.

Abosizo lokuqala bafikile endaweni yesigameko baqala uphenyo kodwa kuphoqeleke ukuthi limiswe ngoLwesine ngenxa yokuba mnyama.

OLUNYE UDABA:Kuminze umfana e-swimming pool kamasipala

Kubikwa ngoLwesihlanu uphenyi lusaqhubeka.

Kubikwa ukuthi izaziso zisobala kuleli bhishi mayelana nokuthi akuvumelekile ukubhukudwa kulona njengoba lungaphephile.

Le nhlangano inxuse umphakathi ukuthi ugweme ukubhukuda ezindaweni ezingavumelekile.  

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.