Kuphele amanzi ejele laseWestville eThekwini

2015-01-12 16:00
Durban - Ukuqhuma kwepayipi lamanzi ejele laseWestville kushiye iziboshwa zingenamanzi okuphuza nalawo asetshenziswa endlini encane izinsuku ezimbili.

"Amagumbi asesimweni esingesihle neze, kufanele kube khona ozosiza kulesi simo," kusho esinye seziboshwa ngaphambi kokuba ilungiswe le nkinga.

Esinye isiboshwa sizwakale sithi:" Inkinga phela le, abanye bethu badla imishanguzo – ama-ARVs (antiretrovirals)."

OLUNYE UDABA:Kuzophenywa ngokuthiwa uphila buthebelele ejele

Iziboshwa ezikhulume nabephephandaba iDaily News zithe izindlu zangasese bezichitheka ukugcwala.

Amapayipi aze alungiswa ngoMgqibelo kodwa izibohswa zona zithi amanzi ayephuma izikhawu.

Yize kunjalo ibamba lenhloko yoMnyango wezobuLungiswa nokuHlunyeleliswa kweziMilo uNombuso Mkhize, uthe amanzi okuphuza kuphela abenenkinga kanti futhi le nkinga isilungisiwe.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.