Kuphoqeleke ukuba ijike indiza kubonakale igundane phakathi

2015-07-31 17:45

New Dehli -  Kuphoqeleke ukuba ijike indiza ebisuka eNewDelhi, eNdiya ilibangise eMilan ngoLwesine ngemuva kwezinsolo zokubonakala kwegundane.

Abendiza bathe alikho igundane elitholakele kodwa bekufanele bajike ukuze liyofuthelwa izinambuzane nazo zonke ezinye izilwane ezingadingakali ebhanoyini ngemuva kombiko.

OLUNYE UDABA:Video: 'Uthenge igundane elithosiwe eKFC'

"iThe Dreamliner flight Al 123 ibuyele eNew Delhi ngemuva kokusolakala kokubonakala kwegundane," kusho abendiza betshela abezindaba i-AFP ngoLwesihlanu.

"Akuqinisekiswanga ukubonakala kwegundane kodwa ngenxa yokuphepha kwabagibeli indiza bekufanele iphinde emuva ngemuva kwamahora amabili isukile."

Amagundane ayingozi njengoba edla izintambo zikagesi edala umonakalo ebhanoyini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.