Kushaqwe izidakamizwa ezingabiza u-R37.6m e-OR Tambo

2015-08-25 16:01

Johannesburg – AbakwaSA Revenue Service (Sars) bashaqe izidakamizwa ezingamanzi zohlobo lwe-methamphetamine ezingaphezulu kuka-120kg, ezingabiza u-R37.6m esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo, kusho iSARS ngoLwesibili.

Izidakamizwa ezidume ngele-tik kuleli, zitholakale ebusuku ngoMsombuluko.

Funda nalolu daba: Kushone abantu kuphahlazeka indiza ngaphandle kweTheku

"Obeqhuba inqola enezikhwama ezingu-9 ucelwe ukuba ame ukuze kuseshwe izikhwama zakhe,” kusho okhulumela iSARS uLuther Lebelo.

"Lokhu kuholele ekutheni kutholwe ama-container angu-9 abegcwele izidakamizwa. Izinja zakwaSars ngesikhathi zihogela zikhombise ukuthi kungenzeka ukuba kunezidakamizwa, nokuthe uma sekuhlolwa kahle kwaqinisekiswa ukuthi yizidakamizwa ze-methamphetamine.

Izidakamizwa zidluliselwe emaphoyiseni ophiko lobugebengu obuhleliwe. Ukuze enze uphenyo olunzulu.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.