Kushone 1 kwalomala 14 engozini e-KZN

2015-01-22 14:31
Johannesburg - Kushone oyedwa kwalimala abangu-14 ngesikhathi itekisi igingqikela eweni emgwaqeni uR74 eduzane naseBergville, KwaZulu-Natal ngoLwesine, kusho abezimo eziphuthumayo.

Kushone oyedwa kwathi omunye walimala kanzima ngesikhathi ephuma endiza etekisini, kusho okhulumela abe-ER24 uChitra Bodasing.

"Itekisi ebithwele abantu abangu-15 igingqikele eweni. Kukholakala ukuthi umshayeli walo uhlulekile ukuyilawula ngemuva kokuba kuqhume ithayi," usho kanje esitatimendeni.

Izisulu zitholwe zilele phansi endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:Ingozi ibulale 5 eKZN

"Umshayeli wetekisi yena bekumele atakulwe," usho njalo.

"Ube esexilongwa endaweni yesigameko ngebhadi omunye otakuliwe yena ubesevele eshonile."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                              

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.