Kushone 11 kubhidlika ibhilidi elihlala abantu

2015-08-04 10:13

Mumbai - Ibhilidi elidala libhidlikile ngaphandle kweMumbai ngoLwesibili kwashona abantu abangu-11, nokuyisigameko sesibili salolu hlobo kuleli dolobha kuleli sonto, kusho isikhulu sezokutakula.

Abatakuli bebematasa bebheka abasindile ngaphansi kwemfucuza kulandela ukuwa kwaleli bhilidi elinezitezi ezintathu.

OLUNYE UDABA: Ushonele epotimendeni obezama ukuwelela kwelinye izwe

Leli bhilidi lisetshenziswa njengendawo yokuhlala abantu, kusho lesi sikhulu.

"Sekutholwe izidumbu ezingu-11 kanye nabayisikhombisa abaphume bephila.
 Munye okubikwa ukuthi usadukile," kusho isikhulu seNational Disaster Response Force u-Alok Avasthy etshela i-AFP.

"Leli bhilidi bese lilidala kakhulu njengoba kubikwa ukuthi lakhiwa eminyakeni engu-50 eyedlule. Uhulumeni kade asho ukuthi leli bhilidi aliphephile kodwa abantu basaqhubeka bahlala kulo ngenkani," kusho u-Avasthy.

"Sitakule umndeni onamalungu ayisihlanu, sisizwa yinja elandele umkhondo," esho. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.