Kushone 30 kuqhuma ibhomu ekolishi

2015-01-07 11:00

Sanaa – Kuqhume ibhomu ngaphandle kwekolishi yamaphoyisa enhlokodolobha yaseYemen, iSanna ngoLwesithathu, kwashona abantu abalinganiselwa kwabangu-30 kwalimala abangaphezulu kwabangu-50, kusho umthombo osondelene namaphoyisa kanye nezakhamuzi.

Kuthiwa phakathi kwabashonile kubalwa phakathi izitshudeni zasekolishi kanye nabantu abebebambe ulayini wokubhalisela ukungena emaphoyiseni.

Ukuqhuma kuzwakale idolobha lonke kanti nentuthu enkulu ilokhu ibonakale njalo.

Funda nalolu daba: Zimkhalele usomabhizinisi oshaye isisebenzi ngentulo.

Amazwe aseNtshonalanga kanye nawama-Arab anokwesabela ukuthi ukungabikho kozinzo kungase kulimaze kakhulu uhulumeni wakuleliya lizwe.

NgoJanuwari 1, idelakufa laziqhumisa ngebhomu kwashona abantu abangu-26 esikhungweni sezamasiko maphakathi nedolobha i-Ibb khona eYemen.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.