Kushone 5 ezikhukhuleni eMozambique

2014-12-19 14:34
Maputo - Izikhulu zaseMozambique seziqinisekise ukushona kwabantu abahlanu abashone ezikhukhuleni enhlokodolobha yezwe eMaputo.

NgoLwesihlanu iMeya yaseMaputo uDaviz Simango, uhambele kule ndawo ehlaselekile, wahlangana nemindeni yabashonelwe.

Funda nalolu daba: Izikhukhula zidale umonakalo eLimpopo


Isikhulu sezempilo uNurbai Calu, uthi abantu abasezindaweni ezinobungozi, bazothuthelwa ezindaweni eziphephile.

Edolobheni elingumakhelwane iMatola, abantu abangaba  ngu-300, basale bengenamahaya  ngemuva kokucelekela phansi kwemizi.

Kubikwe amanye amakhulu abantu abathuthelwe edolobheni eliseningizimu iXai Xai.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.