Kushone abane kushayisana amaveni eKZN

2015-01-09 11:07

Pietermaritzburg - Kushone abane ngesikhathi kushayisana amaveni amabili eGeorgedale, kusho amaphoyisa omgwaqo KwaZulu-Natal ngoLwesihlanu.

Okhulumela iKwaZulu-Natal Road Traffic Inspectorate uZinhle Mngomezulu uthe ingozi yenzeke ngasesiteshini sesitimela eGeorgedale phakathi kwamabili.

IGeorgedale ingaseCato Ridge kanti iyindawo ephakathi kweTheku noMgqungundlovu.

Funda nalolu daba: Kugwilize intombazanyana eGoli.

UMngomezulu uthe iphoyisa elisebenzela eCamperdown lingomunye wabesilisa abathathu abashonile kanye noyedwa wesifazane.   

Oyedwa kule ngozi  uphuthunyiswe esibhedlela esesimeni esibucayi.

UMngomezulu the imbangela yengozi ayikaziwa kodwa amaphoyisa ayaphenya.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.