Kushone abantu kuphahlazeka indiza ngaphandle kweTheku

2015-08-25 15:28

Durban – Kushone abantu ababili ngesikhathi kuphahlazeka indiza encane ngaseWinklespruit, eningizimu neTheku, ngoLwesibili ntambama.

Okhulumela iRescuecare uGarrith Jamieson uthe abosizo lokuqala kanye namaphoyisa baphuthume endaweni yesehlakalo.

"Okwamanje imininingwane ibingakacaci, kodwa ngingakuqinisekisa ukuthi abosizo lokuqaba sebefikile endaweni yesehlakalo. Ibhanoyi liphahlazeke ngasemgwaqeni omkhulu kwabe sekugqamuka amalangabi,” usho kanje.

Funda nalolu daba: Usinde ngokulambisa owesifazane obebalekela ukukhokha

UJamieson uqhube wathi kushone abantu ababili kulesi sehlakalo. "Yilokhu kuphela esingakusho okwamanje,” usho kanje.

Okhulumela iRoad Traffic Inspectorate, uZinhle Mngomezulu, ukuqinisekisile ukuthi amaphoyisa  aphuthume lapho kuphahlazeke khona indiza nokuthi kushone abantu ababili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.