Kushone abesifazane ababili engozini yemoto neloli

2015-01-17 07:33
Kimberley - Kushone abesifazane ababili ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishayisana neloli phakathi kweBarkly West neKimberley ngoLwesihlanu ngokusho kwamaphoyisa aseNorthern Cape.


Umshayeli uhlulekile ukulawula imoto ngemuva kokuqhunyelwa isondo ngesikhathi ihamba emgwaqweni u-R31 ngezikhathi zabo 04:00 ntambama, kushouLieutenant Olebogeng Tawana kwisitatimende.

OLUNYE UDABA: Kulimale 26 kwehla ingozi eMtshezi

Uthe le moto ingene emzileni wezimoto eziza nganeno yashayisana neloli.  

"Abesifazane ababili abeminyaka ebalelwa kuma-30 abebephakathi kule moto bashone endaweni yesigameko kanti kuze kwaphoqeleka ukuthi kusetshenziswe izinsimbi zokuhlenga abantu ukuze batakulwe ngaphakathi kule moto njengoba bevalelekile," esho.

Uthe umshayeli weloli nabehleli eceleni abalimalanga kule ngozi.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.