Kushone ibhungu engozini yezimoto 6 namaloli 2

2015-01-18 08:21

Johannesburg – Kushone ibhungu kwaphinde kwalimala abanye abayisithupha engozini enyantisa igazi embandakanya izimoto eziyisithupha namaloli amabili eGoli ngokusho kwabezimo eziphuthumayo Ekurhuleni.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo uWilliam Ntladi uthe le ngozi yenzeke emgwaqweni u-N3 lapho uhlukana khona noN12 eGillooly.

“Kushayisane izimoto eziyisithupha namaloli amabili abegcwele phama kule nhlekelele,” esho.

UNtladi uthe abantu ababili bebevaleleke ngaphansi kule ngozi.

OLUNYE UDABA: Lishonile ibhungu elilunywe ushaka

“Kuze kwaphoqeleka ukuthi kusetshenzisewe izinsimbi zokuhlenga abantu ukuze batakulwe kodwa ngeshwa oyedwa obeyibhungu ubeseshonile,” echaza.

Abantu abayisithupha baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene Ekurhuleni.

“Ababili kubona isimo sabo besisibi kakhulu kanti abanye bebelimele kodwa kungekho kubi kakhulu,” kusho uNtladi.

Uphethe ngokuthi imbangela yale ngozi ibingakaziwa kanti amaphoyisa aseqale uphenyo ngayo.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.