Kushone ibhungu lenza i-bungee jumping

2015-08-12 07:50

Johannesburg – Intombazane eneminyaka engu-17 ubudala yaseNetherlands ishone kabuhlungu ngesikhathi yenza i-bungee jumping ebhulohweni lasenyakatho yeSpain ngokusho kweziphathimandla.

Leli bhungu ligxume indawo elinganiselwa kumamitha angu-40 ubude layosakazeka onqanqameni lomfula edolobheni laseCabezon de la Sal eCantabria.

“Sithole ukuthi ibingaboshwe ngendlela ephephile ngesikhathi igxuma,”kusho iMeya u-Esther Merino etshela abezindaba ngale ngozi eyenzeke ngoMsombuluko ebusuku.

OLUNYE UDABA: Ihlinziwe indoda engenwe yithoshi ezinqeni

Leli bhungu belizikhiphile nabanye ontanga kuleli dolobha njengoba beliyisivakashi ezweni laseSpain.

IMeya ithe nakanjani bazolisukumela lolu daba njengoba kuzojutshwa ithimba eliyisipesheli ukuze kufinyelelwe esiphethweni esifanele.

“Uma kukhona okumele bathathelwe izinyathelo zomthetho ngalokhu nakanjani kuzokwenzeka lokhu,” kuphetha iMeya. 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
3 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.