Kushone indoda kubangwa iselula

2015-08-25 18:47

Cape Town - Kuboshwe umsolwa oneminyaka engu-29 ubudala ngezinsolo zokubulala endaweni yaseThembani Square eMbekweni ngoLwesihlanu ebusuku.

Amalungu omphakathi anciza indlebe amaphoyisa ngesikhathi ebona umsolwa.

Lokhu kulandela ngemuva kokuba kugwazwe kubulawe uMuzi Nkabinde, 33, ebulawa yisoka lakhe elake laboshwa ngesikhathi kubangwa iselula ngoLwesithathu ebusuku.

Kusolwa ukuthi uMuzi wazama ukushisa umjondolo wesoka ngesikhathi efuna iseslula yakhe.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe kwabulawa indoda edolobheni laseThekwini

Ngesikhathi abeDaily Sun befike endaweni yesigameko eduzane nasePaarl eWestern Cape uMuzi ele ngaphambi komnyango wesitolo opha esifubeni.

Abosizo lokuqala namaphoyisa afike endaweni yesigameko eseshonile.

 Kubikwa ukuthi isisulu besiyothenga uParaffin.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Frederick van Wyk  uthe : “Siyaphenywa isigameko sokugwzwa kubulawe indoda eneminyaka engu-33 ubudala.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.