Kushone ingane kugingqika ibhasi e-EC

2015-07-24 17:09

Mthatha – Kushone ingane ngesikhathi ibhasi igingqika emgwaqweni wobhuqu eLibode e-Eastern Cape ngokusho koMnyango wezeMpilo kulesi sifundazwe.

Okhulumela lo mnyango uSizwe Kupelo uthe enye ingane ilimale kanzima ngesikhathi abagibeli ababili bebethole imihuzuko engatheni kwathi abanye abane baphume bengenamyocu kule ngozi.

“Bebengu-8 abantu abebephakathi kuleli bhasi ngesikhathi sengozi.”

UKupelo akakwazanga ukusheshe aqinisekise iminyaka yalezi zingane ezilimalile.

OLUNYE UDABA:Kuhlengwe obevinjezelwe wuholokoqo esicongweni

Kuphinde kwangacaca kahle ukuthi umshayeli ubengomunye wabalimele kule ngozi noma cha.

“Ingane elimale kanzima kuphoqeleke ukuthi iphuthunyiswe esibhedlela iNelson Mandela Academic ngendiza enophephela emhlane eMthatha,” esho.

Iminingwane ngembangela yale ngozi ibingakacaci kahle njengoba iziphathimandla bese ziqale uphenyo ngayo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.