Kushone iphoyisa lilawula izimoto ePitoli

2015-01-13 17:30
Johannesburg - Kushone iphoyisa likaMasipala waseTshwane ngesikhathi lishayiswa yitekisi enkabeni yedolobha ePitoli, kusho amaphoyisa omgwaqo.

Leli phoyisa belilawula izimoto ezimpambanweni zomgwaqo njengoba bekufe irobhothi, kusho okhulumela amaphoyisa u-Isaac Mahamba.

"Lishayiswe yikhumbi ngabo-09:00 lase liphuthunyiswa esibhedlela. Lidlule emhlabeni ngabo-12:00.”

OLUNYE UDABA: Kushone iphoyisa likamasipala eBenoni

UMahamba uthe umshayeli wetekisi uthathiswe isitatimende kwase kuvulwa icala lokubulala ngokungenhloso.

"Sishaqekile ngokwenzekile. Kuyichilo ukushona kwephoyisa lisemsebenzini,” kusho uMahamba.

Ube esedlulisela amazwi enduduzo emndenini nakozakwabo bakamufi.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.