Kushone isalukazi kwalimala indodakazi engozini

2014-12-27 07:33

Nelspruit – Kushone owesifazane oneminyaka engu-80 ubudala kwathi indodakazi yakhe yalimala kanzima engozini yemoto eyenzeke ku-R540 ngaseDullstroom eMpumalanga ngokusho kwabosizo lokuqala.

“Bobabili laba besifazane bebevaleleke ngaphakathi kule moto besesimeni esibucayi ngesikhathi kufika abosizo lokuqala.

Owesifazane okhululile ubeseqala ukukhombisa izimpawu zokuba ntekenteke futhi elimele kanzima kakhulu,” kusho uRussle Meiring okhulumela abakwa-ER 24.

OLUNYE UDABA: Kushone umuntu engozini eKZN

Kubikwa ukuthi indodakazi eneminyaka engu-60 ubudala ihluleke ukulawula imoto abebehamba ngayo yabe isingena onqanqameni.

UMeiring uqhube wathi owesifazane okhulile kugcine kumenela endaweni yesigameko kanti indodakazi ilimale onyaweni nasesifubeni.

Iphuthunyiswe esibhedlela ukuze iqhubeke nokuxilongwa ngodokotela.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.